Joyous Celebration - Kuligugu Kimi Lyrics
Released: 07 Apr 2014
Lyrics
Kuligugu kimina njalo Ukwaz' ukuthi nginomhlobo Ongek' angishiy' um' izinsuku zinzima Ohlal' ekhona uma ngimdinga ngempela Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Kuligugu kimina njalo Ukwaz' ukuthi nginomhlobo Ongek' angishiy' um' izinsuku zinzima Ohlal' ekhona uma ngimdinga ngempela
Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu
Jesu ungumhlobo wangempela Lapho abantu bengijikela Izivunguvungu zizintlangothi zonke Lapho izitha zibhodla Okwengenyama Ziqond' ukungigwinya Uthembisile Jesu Uyohlal' unami njalo nje Uthembisile Jesu Uyohlal' unami njalo nje
Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu
Uphi umhlobo onjengaye? Akajiki uhlal' ekhona Uthembekile unothando lwaphakade Thando lwakhe lujulile lubanzi Uthembisile Jesu Uyohlal' unami njalo nje Uthembisile Jesu Uyohlal' unami njalo nje
Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu
Uyohlal' unami njalo nje Uyohlal' unami njalo nje Uyohlal' unami njalo nje Uyohlal' unami njalo nje Uyohlal' unami njalo nje Uyohlal' unami njalo nje
Video
Joyous Celebration - Kuligugu Kimi (Live at CityHill Church, Durban 2014)