Lyrics
Tshala, tshala, ngezinyembezi
Tshala, tshala, ungakhathali
Tshala, tshala, ngezinyembezi
Inkos' iyezwa, iyabona
Uzovuna, ngaphezu kokwazi
Uzothwala, umqhele phakade
Uzovuna, ngaphezu kokwazi
Uzothwala, umqhele phakade
Tshala, tshala, ngezinyembezi
Tshala, tshala, ungakhathali
Hlala, hlala, hlal' eNkosini
Hlala, hlala, ungakhathali
Hlala, hlala, hlal' ekholweni
Inkos' iyezwa, iyabona
Uzovuna, ngaphezu kokwazi
Uzothwala, umqhele phakade
Uzovuna, ngaphezu kokwazi
Uzothwala, umqhele phakade
Hlala, hlala, hlal' ekholweni
Inkos' iyezwa, iyabona