Master KG - Polygamy Lyrics
Lyrics
Wanitwa mos Yeah yeah yeah Yeah ya ba yo ya yeah ah Yeah yeah yea Yeah ya ba yo ya yeah ah Yeah yeah yeah
Saw'bona (yeah yeah yeah) wemadlamini Iphutha liyenzeka Bengithi ngiyamdlalisa nje Wavele wakha umuzi enhlizweni yami Ngabona nami esengowami oh
Iphutha liyenzeka Bengithi ngiyamdlalisa nje Wavele wakha umuzi enhlizweni yami Ngabona nami esengowami
It may have been a mistake But it's a chance that I'm gonna take Sale sewusuxola makhelwane Mhmm xola makhelwane heyyy
Nami ngim'thandile Akavel' as'thathe sonke Nami ngim'thandile Akavel' as'shade sonke
Bayabuz' abaningi Bathi ngab' uthando noma yimali Bayabuz' abaningi Bathi ngab' uthando noma yimali
Nami ngim'thandile Akavel' as'thathe sonke Nami ngim'thandile Akavel' as'shade sonke Mhmm
Bhek' ubuth' uyangithanda Manje yini ngibon' omunye Nam' uthe uyangithanda Kodwa yini ngibon' omunye
Manje m'ngan' wami Le ndaba sizoy'misa kanjani Umunt' wam umunt' wakh umunt' wethu Manje star wami Le ndaba sizoy'misa kanjani Umunt' wam umunt' wakh umunt' wethu
Nami ngim'thandile Akavel' as'thathe sonke Nami ngim'thandile Akavel' as'shade sonke
Bayabuz' abaningi Bathi ngab' uthando noma yimali Bayabuz' abaningi Bathi ngab' uthando noma yimali
Manje m'ngan' wami Le ndaba sizoy'misa kanjani Umunt' wam umunt' wakh umunt' wethu Manje star wami Le ndaba sizoy'misa kanjani Umunt' wam umunt' wakh umunt' wethu
Video
10. Master Kg - Polygamy Feat [Nomcebo Zikode & Zakuza Zakuza]